Verse 1: Dumisani uJehova nina bezizwe zonke, nimbabaze nina bantu bonke.
Verse 2: Ngokuba umusa wakhe mkhulu kithina; iqiniso likaJehova limi phakade. Haleluya!